Intokaz'ehlakaniphil'egaza nangobisi
Igama lakhe nguLungile
Wahlangana neny'insizwa
Enekusasa eliqhakazile
Ubhuti'uMicheal
Ntombazan'uyangichaza
Ngicel'ungikhaphe siy'espaza
Ngizokuthengela nom'igwinya
Sith'ukungcokola
Umam'uzothetha
Yen'ubab'uzongishaya
Kodwa ngob'uyangicharma
Asambe sisheshe sibuye
Kwadlul'iminyaka
Bakhula bababadala
Kwavela nabantwana
Imindeni yathi halala
Umama wathi baba
Baba wathi mama mina ngiyakuthanda
Sadalelwana
Intokaz'ehlakaniphil'egaza nangobisi
Igama lakhe nguLungile
Wahlangana neny'insizwa
Enekusasa eliqhakazile
Ubhuti'uMicheal
Intokaz'ehlakaniphil'egaza nangobisi
Igama lakhe nguLungile
Wahlangana neny'insizwa
Enekusasa eliqhakazile
Ubhuti'uMicheal
Tenha acesso a benefícios exclusivos no App e no Site
Chega de anúncios
Badges exclusivas
Mais recursos no app do Afinador
Atendimento Prioritário
Aumente seu limite de lista
Ajude a produzir mais conteúdo